
Sign up to save your podcasts
Or


Namhlanje sivakashela udaba oluthinta ezamaciko eKZN lapho sikhuluma khona ngokungenami kwamaciko
ngokusetshenziswa kwendawo ebizwa nge KwaZulu Natal Music House. Sikhuluma no Mnuz Ntando Mnyandu,
okhulumela uMnyango wezamaciko eKZN.
#Ukhozifmvabs :Siyaqhubeka nokugubha i-Mandela Day, manje sesikhuluma no Mnuz Sonwabile Ndamase owaduma ngokuthunga amahembe aziwa ngama Madiba Shirts. Osaziwayo ababalwa ngokuba nalama hembe ilowo owayengu mongameli wase Melika uMnuz Bill Clinton kanye nalowo owayengumdlali wesibhakela uMnuz Mike Tyson. Lomthungi ulibangise eMelika lapho ezoba khona ingxenye ye documentary ebizwa ngokuthi “Threads of Legacy”.
Dr Mfanozelwe Shozi, usekela sihlalo kwi Sonke Gender Justice abuye abe usihlalo wamadoda ye Valley Trust,
Hlobo luni lwamacala aholela ekutheni uthole icriminal record?
Inkantolo yezabasebenzi isikhiphe isinqumo sokuthi ama criminal record akusona isizathu sokuthi abaqashi
bavalele ngaphandle abafuna umsebenzi. Sikhuluma no Sibongiseni Mazibuko oyi Labour Law Practitioner evela e-
Manzezulu Training
From the publisher's feed
Vee Mthembu and Mroza