
Sign up to save your podcasts
Or


Amabhizinisi omndeni nokubaluleka kwawo
Sesituswe kakhulu isenzo sika Scelo Mncube sokuyovakashela ugogo obanakale kwi-
video esabalale ezinkundlelni zokuxhumana ehlukunyezwa umzukulu wakhe. U-Scelo utheleke eKapa ngesonto eledlule
emva kokusabalala kwale video itshengisa lesihluku. U-Scelo simazi kakhulu njengelinye lamazwi kwingosi yohlelo lethu
Uzokhumbula ngengxoxo ebesibe nayo ebandakanya izinsolo zokukhwabaniswa kwemali yase Clipriver Taxi
Association eMnambithi. Besike sakhuluma namalungu alenhlangano kanye ne Santaco, sase sathembisa ukukulethela
uhlangothi lwamaphoyisa. Sikhuluma no General Jabu Khumalo oyi District Commissioner yaso Thukela.
#UkhozifmVabs:Ntombikhona Dlamini oyisisulu sebhanoyi la R5 ebelibizwa nge Leftover Currency. Leli bhanoyi ebelizinze eVerulam e-KZN liphahlazeke ngoMsombuluko lapho abantu bebelindele ukuthi bazokhokhelwa izimali zabo kepha bafika amahhovisi ale nkampani evaliwe.
From the publisher's feed
Vee Mthembu and Mroza