Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
May 18, 2021Ukubhekana nokulwa kwabandawonyeUma kunengane engaphezu kweyodwa ekhaya, nakanjani ungangibuza ungiphale ulimi, kuzoba khona uhlobo oluthile lokulwa. Umbuzo usekuthini okungakanani ukulwa ezinganeni ekhaya okumelwe umzali akuvumele futhi abhekene nakho?...more6minPlay
May 17, 2021Ukukhula ngokobukhrestu kunye nendlela yokukhulaUma uzizwe untengezela mayelana nesimo sohambo lwakho lobuKhrestu awuwedwa, maningi amaKhrestu angqubuzana nalesosimo semizwa nsukuzonke. Uma kungukuthi kunokwenzeka, unentshisekelo ngokwethembeka ukubona ukukhula okubanzi, nakanjani uzokhuthazeka ngalokhu esizokusho khona la...more6minPlay
May 16, 2021Ubudlelwano obuguqukayo kwi-teenNgesikhathi ingane yakho ingena eminyakeni yobu-teenager, kunokwenzeka sewuqaphelile kunoguquko olukhona ngesondele kubona. Lakhona owake waba yindawo ephephile neyisifuba sengane yakho, usungakubona ukuthi sewugudluziwe, kwasekuba ngabangani bengane yakho asebethathe indawo empilweni yayo....more6minPlay
May 13, 2021Ukunakekela izingane sikhathi sinye nabadala ungalindeleKuvamisa ukuba nezigaba zempilo ekukhuleni kwethu, siphakathi nezingcindezi zezidingo zobuzali, sizithole ukuthi nabazali bethu sebesekukhuleni okudinga unakekelo lwethu. Yisimo leso okungelula neze ukubhekana naso, Kodwa khona simile....more6minPlay
May 12, 2021Ukuya emcimbini womndeni wabashadile ababulili-bunyeNjengabazali abangaMakhrestu sifuna ukuhlala siqinisekisa ukuthi izingane zethu ziyazazi izinsika zokuphila uKhrestu asifundise ukuphila ngazo. Nokho sidinga futhi ukuzenza ziqonde umhlaba lo owele esonweni, esiphila kuwona....more6minPlay
May 11, 2021Ukungena emshadweni usesikhungweni semfundo ephakemeImishado ezweni lakithi iyehla ngamazinga asheshayo, bangu 30% kuphela abasesigabeni sokushada abashadile. Ngakho uma sizwa abasha bethi balungisela ukungena emshadweni kuyasijabulisa lokho kakhulu, nokho ,ngakube kungubuhlakani yini ukushada ngesikhathi usese university?...more6minPlay
May 10, 2021Ukunamathela ngenhliziyo komunye oseceleni kanye nokuholela kwi-sahlukanisoZiningi izinhla eziholela ekwakheni ukuthembana emshadweni, futhi okuthi uma abashadene bezibambe kahle, nakanjani kuzoba nokuqina kokukhula kobudlelwane. Uma ngencaphephe kube ngukuthi uwakwakho usenamathele komunye ngenhliziyo, kulapho kanye ozozwa kwehla ngokushesha izinga lokwethembana phakathi kwenu....more6minPlay
May 09, 2021Ukulawula inzalo nokubuka okungokufaIsihloko sokulawula inzalo sesibe ngesinempikiswano ndlelaningi kuleminyaka. Baningi abaphikisana naso ngoba bethi sitshala isiko elingokufa....more7minPlay
May 06, 2021Ongumkhrestu ongena othandweni nongakholwaAmaKhrestu amaningi anokuzethemba kokuthi noma angangena othandweni nongakholwayo ayokwazi ukumguqula abe nguMKhrestu mase sebesejokeni linye lomshado....more6minPlay
May 05, 2021Ingane enomoya ongemuhleUma ingane inokuziphatha okunganamisi futhi ibuka yonke into empilweni iyimbi, ingamnandi iyimfithimfithi, lokho kungaluphawu lokuthile oku serious kakhulu, kodwa kusenokwenzeka futhi ukuthi uguquko lokuziphatha lusekuhlelekeni....more7minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.