Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
April 20, 2021Ukuvangela isizukulwane se-technologySiye sikhulume ngesizukulwane sanamhlanje nokuthi impilo isibe ngenzima kanjani kulabo abazalwe manje esikhathini se-simanje. Kushukumbisa ubuzali, ukukhetha izifundo, inkambiso yokuxhumana nabanye abantu nokuningi.Kodwa sona lesizukulwane sithinteke kanjani ekubukeni kwaso uNkulunkulu neBandla? Amabandla amaningi azibuza lemibuzo futhi afuna izimpendulo ukuthi engenza kanjani ukufinyelela kangcono kulesizukulwane ngevangeli....more7minPlay
April 19, 2021Osekuthombeni ucabanga ukuthi abamhloniphi abazali bakheuyi-teenager ezwa sengathi ibanjwe wulawulo lwabazali ,ngakho hlala nathi. Kusenokwenzeka ungayithandi imibono yabo kunye nezinqubo zokukuholela endleleni enhle okusengabukeka kuyinto efile kuwena, kodwa amathuba amakhulu aveza ukuthi balangazelela okuhle kuwena....more6minPlay
April 18, 2021Ukukhonza izinto zabesifazane kunye nokuzazi ukuba ngowesilisaAmagama abizwa ngawo umuntu kuyathukela elusizo ,ikakhulukazi lakhona ubuwena busesitikini kunye nobulili bakho.Igama “inkonkoni” liwu-mthiks wegama elasungulwa yingqondo nje :igama elisho lokhu abanye abantu abathi lichaza khona –okungekho lutho olungale ,olutheni.Ohlelweni Ezomndeni sizoxoxa ngokuziqonda kobulili kowesilisa bese sisiza insizwa esencane iqonde ukuba ngowesilisa ngokweqiniso ,hlala ungasuki....more6minPlay
April 15, 2021Ubuzali ngokubambisana nokungabambisaneki naye owake waganana nayeUma ubaba noMama bemqondo munye kwinqubo yokuphila kuye kwakekhe indawo enhle yezingane futhi ziqonde imingcele yazo kanti uma abazali bebuka ngendlela ehlukene ebuzalini babo, lokho kungabanga izinkinga eziningi nezingane ziba nokudideka okuningi....more6minPlay
April 14, 2021Izinsolo Zokuhlukumeza NgomzanyanaMzali,ake ucabange ngomoya wemizwa wokuba semcabangweni wokuthi umzanyane wakho uhlukumeza ingane yakho.Ukushiya izingane zethu nabanye abantu kubiza ukubethemba ,kodwa uma lokho kubethemba makuke kwaba nongabazane yilapho okudaleka ukukhathazeka okukhulu .Sizokuxoxa lokhu kabanzi la ohlelweni Ezomndeni ,ngakho hlala nathi....more6minPlay
April 13, 2021Ukugcina Ubudlelwano Nezingane Emva Kwe-DivosiAkulula kumzali odivosile ukuxhumana kahle nezingane zakhe uma kungukuthi inkantolo ivune ukuthi izingane azibe sesandleni sodivose naye ,bese wena ukwazi ukuzibona kabili noma kathathu kuphela esontweni .Ohlelweni Ezomndeni namhlanje sizokhuluma ngokuthi ubaba engenza kanjani isikhathi esihle kakhulu nezingane zakhe ,ungabe usasuka ....more6minPlay
April 12, 2021Friend Request Kwi Social Media Evela Othandweni LwakudalaNgakube kuyinhlakanipho kuwe ukumukela i-social media friend request kowake wathandana naye phambilini? Abanye bangathi akukho bungozi ukuxhumana,khona manjalo abanye bangaba nezinqinamba eziningi abathi zabangwa yilawo ma –friend request emshadweni.Sizokhuluma umqondo wethu ngaloludaba la ohlelweni Ezomndeni,ungabe usasuka....more6minPlay
April 11, 2021Unkosikazi Ongasenkamunkamu KuMkhwenyana OsewuSteteleku.Amakhosikazi namadoda amelwe ukuqaphela izidingo zenkonzo yekamero zabaganane nabo qede bazifezekise kahle ngawo wonke amandla.Kodwa wenze njani uma umuntu oshadene naye engasakulangazalele ngenxa yokuthi usevese waziyekelela ? Kuloluhlelo Ezomndeni namhlanje sizosiza owesifazane okulesisimo ,hlala nathi ....more6minPlay
April 08, 2021Ukuchazela Izingane I-Addicton Yezithombe ZobunqunuUcabanga ukuthi ungaba sesimweni sokuvuma ezinganeni zakho ukuthi usohambweni lokusizwa ukuphuma kwi-addiction yezithombe zobunqunu[porn]? Abazali abaningi bangasho u ‘chabo’ omkhulu kulowombuzo. Manje ungathini mangase sikutshele ukuthi udaba olufuze lolu luba namava amakhulu amahle ekukhuleni kwezingane zakho....more6minPlay
April 08, 2021Ingane Ethi Ifuna UkufaSeyake ingane yakho yavese yaqhuma yasho into, eyakushokha kwabanda amathumbu? Imvamisa amagama awanaso isisekelo esikhulu futhi angadluliselwa kwimizwa yenhliziyo ezogalopha, kodwa kunini lakhona okumele siqaphele ukuthi kunotho oluyinkinganyana enkulu la?...more6minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.