Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Akukho Musa Akukho Buhle Futhi

    Izenzo  5:1-6 Kepha indoda ethile, igama layo lingu-Ananiya, inoSafira umkayo, yathengisa ngendawo;  yagodla inxenye yemali, nomkayo ekwazi, yaletha inxenye ethile, yayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli. 

    Wayesethi uPetru: “Ananiya, kungani ukuba uSathane agcwalise inhliziyo yakho, uqambe amanga kuMoya oNgcwele, ugodle inxenye yemali yezwe, na? Lisekhona belingesilo elakho na? Selithengisiwe belingekho emandleni akho na? Uyibekeleni leyo nto enhliziyweni yakho na? Awuqambanga amanga kubantu kepha kuNkulunkulu.”  

    Kuthe u-Ananiya ezwa lawo mazwi, wawa phansi, wafa, ukwesaba okukhulu kwehlela bonke abezwa lokho. Izinsizwa zasuka, zamsongelezela, zamkhiphela phandle,zammbela. 

    Send us a text

    3 min
  • Ingozi ! Unqenqema Lwewa

    KuMaHebheru  10:26-27 - Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, akusekho umnikelo ngezono, kepha kuphela ukulindela okwesabekayo ukwahlulelwa nomlilo oshisayo ozakuqeda amaphikankani. 

    Send us a text

    3 min
  • Ukugibela I- Rollercoaster

    IHubo  42:8-9 - Emini uJehova uyaleza umusa wakhe; ebusuku isihlabelelo sakhe sikimi, ngikhuleke kuNkulunkulu wokuphila kwami. Ngizakuthu kuNkulunkulu iDwala lami: “Ungikhohlelweni na? Ngihambelani ngilila, ngicindezelwe yisitha na ?” 

    Send us a text

    3 min
  • Kungani Ngidangele Kangaka?

    IHubo  42:4-6 - Ngiyakukhumbula lokhu ngithulule umphefumulo wami phakathi kwami ,njangalokhu ngangihamba esixukwini ngiya naso endlini kaNkulunkulu ngenhlokomo yokwethaba nokubonga ,ibandla ligubha umkhosi.

    Yini ukuba udangale mphefumulo wami ,uyaluze phakathi kwami na? Methembe uNkulunkulu ngokuba ngisezakumdumisa  ngokusindisa kobuso bakhe .

    Nkulunkulu wami umphefumulo wami udangele phakathi kwami,ngakho-ke ngikhumnbula wena ezweni laseJordani  nakwelamaHermoni ,nasentabeni yaseMisari. 

    Send us a text

    4 min
  • UNkulunkulu Wezinto Zonke

    KwabaseRoma 8:31-32 - Sesiyakuthini ngalokho na? Uma uNkulunkulu emi ngakithi, ngubani ongamelana nathi na? Yena ongayigodlanga eyakhe iNdodana, kepha wayinikela ngenxa yethu sonke, kungaba kanjani ukuba angasiphi konke kanye nayo na? 

    Send us a text

    3 min
  • Wezwa Ukukhala Kwami

    IHubo  116:1-6 - Ngiyamthanda uJehova ngokuba uyezwa izwi lokukhuleka kwami. Ngokuba ubekile indlebe kimi. Ngiyakukhuleka kuye zonke izinsuku zami.

    Izintambo zokufa zangizungeza nobuhlungu bendawo yabafileyo bangibamba; ngafumana ukuhlupheka nosizi.Kepha ngabiza igama likaJehova ngathi: ”ngiyakuncenga Jehova,khulula umphefumulo wami.” 

    Unomusa uJehova ulungile ;uNkulunkulu wethu unobubele.UJehova uyalondoloza ongenabuqili;ngithotshisiwe phansi wangisindisa . 

    Send us a text

    4 min
  • Ukubhala kabusha umbhalo

    KwabaseRoma  8:1-2 - Kanjalo akusekho ukulahlwa kwabakuKristu Jesu.  Ngokuba umthetho kaMoya wokuphila okuKristu Jesu ungikhululile emthethweni wesono nowokufa. 

    Send us a text

    3 min
  • Kulezokhathi Ezifihlekile

    KwabaseRoma  13:13-14 - Asihambe ngokufaneleyo njengasemini, kungabi ngokuminza nokudakwa, kungabi ngobufebe namanyala, kungabi ngokuxabana nomhawu;  kodwa yembathani iNkosi uJesu Kristu, ninganakekeli inyama kuvuswe izinkanuko. 

    Send us a text

    3 min
  • Qaphela Abangana Mbumbulu

    Izaga  26:24-26 - Ozondayo uyazenzisa ngezindebe zakhe, ubekelela inkohliso enhliziyweni yakhe. Lapho enza izwi lakhe libe mnandi,ungakholwa nguye, ngokuba kukhona izinengiso eziyisikhombisa enhliziyweni yakhe.

    Noma inzondo yakhe isibekelwa ngenzondo, ububi bakhe buyakwambulwa ebandleni. 

    Send us a text

    4 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…