Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Themba KuJehova

    Jeremiya 17:7-8 - Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova nothemba lakhe linguJehova. Ngokuba uyakuba njengomuthi otshalwe ngasemanzini, ozenabisa izimpande zawo ngasemfuleni, ongesabi lapho kufika ukushisa, amaqabunga awo abe luhlaza, angabi naluvalo ngomyaka wesigagadu, anganqamuki ukuthela izithelo. 

    Send us a text

    3 min
  • Ukuphila Nesimo Kuqhathaniswa Nokusemukela

    NgokukaJohane 8:10,11 - UJesu wayeselulama; engaboni muntu ngaphandle kowesifazane wathi kuye: “Sifazane, baphi labo bamangaleli bakho na? Akakho okulahlayo na?”  Wayesethi: “Akakho, Nkosi.” Wathi-ke uJesu kuye: “Nami angikulahli; hamba, ungabe usona.” 

    Send us a text

    4 min
  • Themba KuJehova

    Izaga 3:5-8 - Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho ungenciki kokwakho ukuqonda. Mazise yena ezindleleni zakho zonke, uyakuqondisa imikhondo yakho.Lokho kuyakuba yimpilo emzimbeni wakho nokuhlunyelelwa kwamathambo akho. 

    Send us a text

    4 min
  • Yikuphi Okufunwa NguJesu

    NgokukaMarkhu 6:30-32 - Abaphostoli babuthana kuJesu, bambikela ababekwenzile nababekufundisile.  Wayesethi kubo: “Zanini nina nodwa endaweni eyihlane, niphumule ingcosana.” Ngokuba babe baningi abezayo nabahambayo, abaze bathola nasikhathi sokudla. Base bemuka ngomkhumbi, baya endaweni eyihlane bebodwa. 

    Send us a text

    4 min
  • Ukusebenza Amahora Amade

    UMshumayeli 3:1,13 - Konke kunesikhathi sakho, yonke indaba, yonke indaba inomzuzu wayo phansi kwezulu …Kepha futhi ukuba bonke abantu badle baphuze, babone okuhle kuwo wonke umshikashika wabo kuyisipho sikaNkulunkulu nalokho. 

    Send us a text

    4 min
  • Dumisa UJehova Ngengcebo Yakho

    Izaga 3:9 -10 - Dumisa uJehova ngempahla yakho, nangolibo lwazo zonke izithelo zakho. Izinqolobane zakho zigcwale ngobuningi, nezikhamo zakho zichichime ngewayini elisha. 

    Send us a text

    4 min
  • Kuveze Ukuziphatha (3)

    1 EkaPhethru 3:21-24 14 - Kepha noma nihlupheka ngenxa yokulunga, nibusisiwe. Ningesabi ukwesabisa kwabo, ningakhathazeki, kepha mngcweliseni uKristu abe yiNkosi ezinhliziyweni zenu, nihlale ningabalungele ukubaphendula bonke abanibuza isizathu sethemba elikini, kodwa kube ngobumnene nangokwesaba, nibe nonembeza omuhle, ukuze kuthi kulokho abanihleba ngakho bajabhiswe labo abathuka ukuhamba kwenu okuhle kuKristu.  Ngokuba kuhle ukuhlupheka ngokwenza okuhle, uma kuyintando kaNkulunkulu, kunokwenza okubi. Ngokuba naye uKristu wahlupheka kwaba kanye ngezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuba asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni kepha ephiliswa emoyeni. 

    Send us a text

    4 min
  • Kuveze Ukuziphatha (2)

    1 EkaPhethru 3:17-18 - Ngokuba kuhle ukuhlupheka ngokwenza okuhle, uma kuyintando kaNkulunkulu, kunokwenza okubi. Ngokuba naye uKristu wahlupheka kwaba kanye ngezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuba asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni kepha ephiliswa emoyeni. 

    Send us a text

    3 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…